Xaba Clan Names
Nonkosi,
Mashwabada,
Owashwabadel'izindlubu namakhasi,
Abahlephul'isinkwa siyebandla,
Basebethi sihleshulwe umntwana kanti sihleshulwe uMlandakazi,
Nomboko zinde,Mlotshwa!
Nina bakwasinxe siyathathala,
Nonkosi omuhle nonyawo lwakhe,
zala kubusa nokuncishana!